HomeTributes › KHANYISILE khanyizozo

Portrait of KHANYISILE khanyizozo

KHANYISILE khanyizozo

Born in Johannesburg, South Africa on October 15, 1990.

Died in Johannesburg, South Africa on August 25, 2015.

The story

Inkonzo kakhanyisile yokugcina

Ukuvulwa kwenkonzo :

Umculo

Ozosipha izwi:

Umculo

Ozokhulumela abakwa Hadebe:

Umculo

Ozokhulumela abakwa lamula:

Umculo

Ozokhulumela ibandla:

Umculo

Ozokhulumela abangani: Samkelisiwe Kunene

Umculo

Ozokhulumela omamkhelwe:

Umculo

Ozokhulumela intsha :

Umulo

Ukhanyisile Hadebe ozwalo uVirginia Hadebe Kanye noShedrack Lamula ,wazalelwa egoli ngezi15 October 1990 wakhulela , ekhabonina ukhuliswe ugogo ekhaya nabazala bakhe, waqala amabanga akhe aphansi esyacathula LP,wanyukela eThaka primary,wandlulela endlelanhle secondary, waphothula,eLangazela high school.wase ehamba eya egoli lapho ukugula kumqale khona,ushiye umama wakhe no baba wakhe ,usisi,obhuti bakhe.

(hamba kahle Bhungane ukulwile ukulwa okuhle) sohlala sikukhumbula namahlaya akho

Izwi esikuphelezela ngalo

Isambulo7 vers13

Elinye lamalunga lase liphendula,lithi kimi laba abambethe izingubo ezimhlophe Bangobani ,bavelaphi na?

14 ngase ngithi kulo nkosi yami nguwe owaziyo. Lase lithi kimi yibo laba abaphuma osizini olukhulu bablanza izingubo zabo bazenza zabamhlophe egazini lewundlu

15 ngalokho ke baphambi kwesihlalo sobukhosi sikankulunkulu bemkhonza imini nobusuku ethempelini lakhe,nohlezi esihlalweni sobukhosi uyakumisa ithabanakeni phezu kwakhe

16 kabasayi kulamba , kabasayi koma, kabasoze bahlatshwa yilanga nakushisa kuni ,

17 ngokuba iwundlu elingaphakathi nesihlalo sobukhosi liyakubelusa libaholele emthonjeni yamanzi okuphila nonkulunkulu uyakwesula izinyembezi zonke emehlweni abo.

Keep exploring

See more memorials on the tributes index, or browse cemeteries and burial plots on the interactive map.